Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:94 - IsiZulu 2020

94 Ngingowakho, ngisindise, ngokuba ngizifunile iziyalezo zakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

94 Ngingowakho, ngisindise, ngokuba ngiyafuna iziyalezo zakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

94 Ngingowakho, ngisindise; ngoba ngifunile iziyalezo zakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:94
17 Referans Kwoze  

USimakade uNkulunkulu wakho unawe, iqhawe eliyakukunqobisa. Uyakukujabulela kakhulu wena, athule othandweni lwakhe, akuthokozele ngokuhlokoma kwentokozo.”


Usho kanje uSimakade owakudalayo, wakubumba kwasesibelethweni, oyakukusiza, uthi: Ungesabi, Jakobe, nceku yami, wena Jeshuruni engikukhethileyo.


Ngiqondise indlela yeziyalezo zakho ukuba ngikhulume ngezimangaliso zakho.


Londoloza umphefumulo wami, ngokuba ngingoqotho; Wena Nkulunkulu wami, sindisa inceku yakho ekwethembayo.


Omunye uyakuthi: ‘NgingokaSimakade;’ omunye uyakuzibiza ngegama likaJakobe, omunye alobe esandleni sakhe, ngingokaSimakade, azibize ngegama lika-Israyeli.”


Isandla sakho masibe lusizo kimi, ngokuba ngikhethe iziyalezo zakho.


Ngilangazelela iziyalezo zakho; ngokulunga kwakho ngiphilise.


Insindiso ingekaSimakade; isibusiso sakho masibe kubantu bakho. Sela


Ngizohamba ngenkululeko, ngokuba ngifuna iziyalezo zakho.


Ngikhala kuwe, ngisindise; ngizobugcina ubufakazi bakho.


Ukunxusa kwami makufinyelele phambi kwakho; ngihlenge ngokwezwi lakho.


Mina ngingowothandiweyo wami, nothandiweyo wami ungowami. Welusela phakathi kweminduze.


Simakade, ngiphulukise, ngiyakuphuluka, ngihlenge, ngiyakuhlengwa, ngokuba uludumo lwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite