Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:89 - IsiZulu 2020

89 Simakade, izwi lakho limi liqinile ezulwini, kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

89 Kuze kube phakade, Jehova, izwi lakho limi liqinile ezulwini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

89 UKUKHUBAZEKA. Kuze kube phakade, Jehova, izwi lakho liqinile ezulwini.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:89
10 Referans Kwoze  

Lelo yizwi levangeli elashunyayelwa kini.


Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: kuyokwedlula izulu nomhlaba, kodwa akusoze kwadlula nalinye igama, nasicashana sinye somthetho, kuze kufezeke konke.


Amazwi akho wonke ayiqiniso; zonke izehlulelo zakho ezilungileyo zimi kuze kube phakade.


Kade ngazi kwasemandulo ngobufakazi bakho ukuthi ubusekele kuze kube phakade.


Ngimemezele ngithi: “Umusa wakho umi ingunaphakade, ukwethembeka kwakho ukuqinise emazulwini.”


Kepha thina njengokwesithembiso sakhe, silindele amazulu amasha nomhlaba omusha, okukhona kuwo ukulunga.


Imisebenzi yezandla zakhe yethembekile, futhi ilungile, yonke imithetho yakhe iqinisekile,


imiswe ngeqiniso nangobuqotho, ukuba ime ingunaphakade.


Utshani buyabuna, imbali ivuthuluke, kodwa izwi likaNkulunkulu wethu limi kuze kube phakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite