Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:68 - IsiZulu 2020

68 Umuhle Wena, futhi wenza okuhle; ngifundise izimiso zakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

68 Umuhle wena, futhi wenza okuhle; ngifundise izimiso zakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

68 Wena umuhle futhi wenza okuhle; ngifundise izimiso zakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:68
14 Referans Kwoze  

Mawubongwe Wena Simakade, ungifundise izimiso zakho.


Haleluya! Bongani uSimakade ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Wena, Nkosi umuhle, ungothethelelayo, unomusa omkhulu kubo bonke abakhala kuwe.


Wathi kuye: “Ungibuzelani ngokuhle na? Munye kuphela omuhle, kodwa uma uthanda ukungena ekuphileni, gcina imiyalelo.”


Bongani uSimakade ngokuba muhle, umusa wakhe umi ingunaphakade.


ukuze nibe ngabantwana bakaYihlo osezulwini. Ngokuba Yena uphumisa ilanga lakhe phezu kwababi nabahle, anise imvula yakhe phezu kwabalungileyo nabangalungile.


Kepha uJesu wathi kuye: “Ungibizelani ngokuthi ngimuhle na? Akekho omuhle, kuphela, uNkulunkulu.


Kepha uJesu wathi kuye: “Ungibizelani ngokuthi ngimuhle na? Akekho omuhle, munye kuphela, uNkulunkulu.


Ngiyakuwukhumbula umusa kaSimakade, ngimdumise uSimakade ngakho konke asenzele khona, nokuhle okuningi phezu kwendlu ka-Israyeli ayenzele khona, ngobubele bakhe nangobuningi bomusa wakhe.


Ngimemezele izindlela zami, Wena wangizwa; ngifundise izimiso zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite