Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:65 - IsiZulu 2020

65 Simakade, ngokwezwi lakho wayenzela okuhle inceku yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

65 Uyenzele inceku yakho okuhle, Jehova, ngokwezwi lakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

65 IZIKHATHI. Wenze kahle encekwini yakho, Jehova, njengezwi lakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:65
8 Referans Kwoze  

Ngizohlabelela kuSimakade ngokuba ungenzele okuhle.


Yenzele okuhle inceku yakho, ukuze ngiphile, ngigcine izwi lakho.


Ukulila kwami ukuphendule ijadu, wangikhumula ingubo yesaka, wangembathisa injabulo,


Buyela endaweni yakho yokuphumula, mphefumulo wami, ngokuba uSimakade ukuphathe ngomusa.


Wena unginike isihlangu sensindiso yakho, isandla sakho sokunene singiphasile, ubukhona bakho bungenze ngaba mkhulu.


“Ngokuba ngingubani mina, nabantu bami bayini ukuba sibe namandla okunikela kangaka na? Ngokuba konke kuvela kuwe, thina-ke sikunika okuvela esandleni sakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite