Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:43 - IsiZulu 2020

43 Ungalisusi emlonyeni wami izwi leqiniso, ngokuba ngiyazethemba izehlulelo zakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Ungalisusi emlonyeni wami ngokupheleleyo izwi leqiniso, ngokuba ngiyethemba izahlulelo zakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Futhi ungalisusi izwi leqiniso emlonyeni wami; ngoba ngiyethemba izahlulelo zakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:43
19 Referans Kwoze  

Ngokuba ungenzele ubulungiswa, wangikhipha phambili uhlezi esihlalweni sakho, wehlulela ngokulunga.


owathi ethukwa akaze aphindisela, ehlushwa akaze asongela muntu, kodwa wazinikela kulowo owehlulela ngokulunga;


Kuye, nani senilizwile izwi leqiniso, ivangeli lokusindiswa kwenu, nakholwa nguye futhi, nabekwa uphawu ngoMoya oNgcwele wesethembiso


Umphefumulo wami mawuphile, ukudumise; izehlulelo zakho mazingisize.


Wasizala ngezwi leqiniso ngokuthanda kwakhe, ukuze sibe ngamazibulo ezidalwa zakhe.


Ngiyazikhumbula Simakade, izehlulelo zakho zasendulo; ngiyaduduzeka.


Ngomlomo wami ngimemezele zonke izehlulelo zomlomo wakho.


Umzimba wami uyathuthumela ngenxa yokukwesaba, ngiyazesaba izehlulelo zakho.


Kepha komubi, uNkulunkulu uthi: “Yini ukuba ushumayele ngezimiso zami, ukhulume ngesivumelwano sami,


Ngahlulele Nkulunkulu, umele indaba yami kubantu abangethembekile, ungikhulule konenkohliso nongalungile.


USimakade uzibonakalisile, wenzile ukwehlulela ngezandla zakhe, ngokucekela phansi ababi. Sela


“Mina-ke, lesi yisivumelwano sami nabo,” kusho uSimakade, “sokuthi uMoya wami ophezu kwakho namazwi ami engiwabeke emlonyeni wakho akuyukusuka emlonyeni wakho, nasemlonyeni wabantwana bakho, nasemlonyeni wezizukulwane zakho,” kusho uSimakade, “kusukela manje kuze kube phakade.”


Abakwesabayo bayakujabula lapho bengibona, ngokuba ngethemba izwi lakho.


Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho; ngiyalethemba izwi lakho.


Wena uyisiphephelo sami nesihlangu sami; ngiyalethemba izwi lakho.


Ngivuka ekuseni ngovivi ngikhale; ngiyawethemba amazwi akho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite