Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:38 - IsiZulu 2020

38 Yigcwalise encekwini yakho inkulumo yakho eyenza ukuba wesatshwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Yigcwalise encekwini yakho inkulumo yakho eyenza ukuba wesatshwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Qinisekisa izwi lakho encekwini yakho, eyesaba wena.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:38
13 Referans Kwoze  

USimakade ujatshuliswa ngabamesabayo, labo abathembela emuseni wakhe.


Nakuba izithembiso zikaNkulunkulu ziziningi kakhulu, kuYena zinguyebo, ngakho-ke ngaye zingu-Amen; kudunyiswe uNkulunkulu ngathi.


Kepha umusa kaSimakade uphezu kwabamesabayo phakade naphakade, nokulunga kwakhe kubantwana babantwana,


Njengalokhu uyise ebahawukela abantwana bakhe, kanjalo noSimakade uyabahawukela abamesabayo.


Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba, unjalo umusa wakhe phezu kwabamesabayo.


Usuthisa ukufisa kwabamesabeyo, uyakuzwa ukukhala kwabo, abasindise.


Khumbula izwi owalisho encekwini yakho, owangenza ngalo ngaba nethemba.


Ngakho-ke Nkulunkulu ka-Israyeli, maliqiniswe izwi lakho owalisho encekwini yakho uDavide, ubaba.


Lokhu kuyinduduzo ekuhluphekeni kwami, ngokuba izwi lakho lingiphilisile.


Umusa wakho mawube yinduduzo encekwini yakho, ngokwezwi lakho.


Mela indaba yami, ungihlenge, ungiphilise ngokwezwi lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite