Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:20 - IsiZulu 2020

20 Umphefumulo wami waphukile, ngokuba ngihlala ngilangazelela izehlulelo zakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Umphefumulo wami waphukile ngokulangazelela njalo izahlulelo zakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Umphefumulo wami uphukile ngenxa yokulangazelela njalo izahlulelo zakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:20
13 Referans Kwoze  

Umphefumulo wami ulangazelela, womela amagceke kaSimakade. Inhliziyo yami nomzimba wami kuhuba ngokwethaba kuNkulunkulu ophilayo.


Nkulunkulu, Wena unguNkulunkulu wami, ngiyakufuna. Umphefumulo wami womele Wena, umzimba wami ulangazelela Wena, ezweni eligagadekileyo, lapho kungekho khona amanzi.


Ngivula umlomo wami, nginelukuluku, ngokuba ngiyayilangazelela imiyalo yakho.


Ngiyayilangazelela insindiso yakho, Simakade; umthetho wakho uyintokozo yami.


Ngilangazelela iziyalezo zakho; ngokulunga kwakho ngiphilise.


Umngani uyathanda ngezikhathi zonke, kodwa umfowenu wazalelwa ukukuthwalisa ngezikhathi zobunzima.


Uyakuthokoza yini ngoSomandla, ambize uNkulunkulu ngezikhathi zonke na?


Madodakazi aseJerusalema fungani! Uma nimthola othandiweyo wami, niyomtshela yini ukuthi ngiyazifela ngaye na?


Ithemba elingakagcwaliseki ligulisa inhliziyo; isifiso esiphumelele singumuthi wokuphila.


Babusisiwe abagcina ubulungiswa, abenza ukulunga ngezikhathi zonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite