Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:174 - IsiZulu 2020

174 Ngiyayilangazelela insindiso yakho, Simakade; umthetho wakho uyintokozo yami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

174 Ngiyalangazelela insindiso yakho, Jehova; umthetho wakho uyintokozo yami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

174 Ngilangazelela insindiso yakho, Jehova; nomthetho wakho uyintokozo yami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:174
17 Referans Kwoze  

Ngizothokoza ngezimiso zakho; angiyukulikhohlwa izwi lakho.


Ngiyathokoza ngezwi lakho njengomuntu ejabulela impango eningi.


Ubufakazi bakho buyifa lami laphakade, ngokuba buwukuthokoza kwenhliziyo yami.


Ngiyathokoza ngemiyalo yakho engiyithandayo.


kodwa othokoza ngoMthetho kaSimakade, azindle ngawo imini nobusuku.


Manje ngimanqikanqika; nginesifiso sokumuka ngibe noKhristu, ngokuba yilokho okuhle kakhulu;


Ithemba elingakagcwaliseki ligulisa inhliziyo; isifiso esiphumelele singumuthi wokuphila.


Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho; ngiyalethemba izwi lakho.


Ububele bakho mabuze kimi, ukuze ngiphile, ngokuba umthetho wakho uyintokozo yami.


Ubufakazi bakho buyintokozo yami, bungumeluleki wami.


“Indlu yami ayinjalo yini kuNkulunkulu na? Ngokuba wenze nami isivumelwano saphakade; zonke izinto wazihlela, wazivikela. Yonke insindiso yami nokwenama kwami, uyakukuhlumisa.


Nkulunkulu, ngiyilindele ngokulangazelela insindiso yakho.


Madodakazi aseJerusalema fungani! Uma nimthola othandiweyo wami, niyomtshela yini ukuthi ngiyazifela ngaye na?


Umusa wakho mawuze kimi, Simakade, insindiso yakho ngokwezwi lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite