Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:168 - IsiZulu 2020

168 Ngigcina iziyalezo zakho nemiyalo yakho, ngokuba izindlela zami zonke ziphambi kwakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

168 Ngiyagcina iziyalezo zakho nobufakazi bakho, ngokuba izindlela zami zonke ziphambi kwakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

168 Ngiyayigcina imiyalo yakho nobufakazi bakho, ngokuba zonke izindlela zami ziphambi kwakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:168
8 Referans Kwoze  

Ngokuba izindlela zomuntu ziphambi kwamehlo kaSimakade; uyayilinganisa yonke imikhondo yakhe.


Uhlola ukuhamba kwami nokulala kwami, uzazi zonke izindlela zami.


“Ukhona yini ongacasha ezindaweni ezisithekileyo ukuze ngingamboni na?” kusho uSimakade. “Angiligcwalisi yini izulu nomhlaba na?” kusho uSimakade.


“Ngokuba amehlo akhe asezindleleni zabo bonke, uzibona zonke izinyathelo zabo.


Ngiyakubulala abantwana bakhe ngokufa; onke amabandla ayakukwazi ukuthi nginguye ophenya izingqondo, nezinhliziyo, futhi ngiyakumnika, yilowo nalowo wenu, ngokwemisebenzi yakhe.


Imifula mayishaye ihlombe, izintaba zihube ndawonye ngentokozo,


Akukho lutho futhi oludaliweyo olungabonakali phambi kwakhe, kodwa konke kwambuliwe kwaba sobala emehlweni akhe, yena esiyakuzilanda kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite