Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:166 - IsiZulu 2020

166 Simakade, ngethemba insindiso yakho, futhi nemiyalo yakho ngiyayigcina.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

166 Ngiyethemba insindiso yakho, Jehova; imiyalo yakho ngiyayenza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

166 Jehova, ngiyethemba insindiso yakho, ngenza imiyalo yakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:166
10 Referans Kwoze  

Nkulunkulu, ngiyilindele ngokulangazelela insindiso yakho.


Ngiyayilangazelela insindiso yakho, Simakade; umthetho wakho uyintokozo yami.


Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho; ngiyalethemba izwi lakho.


Uma umuntu efuna ukwenza intando kaNkulunkulu, uyakwazi ngemfundiso, ukuthi ivela kuNkulunkulu noma ngizikhulumela okwami nje.


Onikela ngomnikelo wokubonga uyangidumisa, oqaphela indlela yakhe ngiyakumbonisa insindiso kaNkulunkulu.”


Nikelani ngeminikelo yokulunga, nethembele kuSimakade.


Kuhle ukulindela ngokuthula ukusindisa kukaSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite