Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:159 - IsiZulu 2020

159 Bheka ukuthi ngizithanda kangakanani iziyalezo zakho, Simakade; ngiphilise ngokomusa wakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

159 Bheka ukuthi ngithanda kangaka iziyalezo zakho, Jehova; ngiphilise ngokomusa wakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

159 Bheka ukuthi ngiyithanda kanjani imiyalo yakho; Jehova, ngiphilise ngokomusa wakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:159
6 Referans Kwoze  

Umthetho wakho ngiwuthanda kakhulu. Ngizindla ngawo usuku lonke.


Bheka ukuhlupheka kwami, ungikhulule, ngokuba angiwukhohlwa umthetho wakho.


Ngayala abaLevi ukuba bazingcwelise, kube yibo abaqapha emasangweni ebusuku ukuze kugcinwe usuku lweSabatha lungcwele. Ungikhumbule Nkulunkulu wami, ube nomusa kimi ngokuba mkhulu umusa wakho.


Nkulunkulu wami, ngikhumbule ngakho konke okuhle engikwenzele laba bantu.


“Simakade, ngiyakuncenga, ake ukhumbule ukuthi ngihambile phambi kwakho ngeqiniso, nangenhliziyo epheleleyo, ngenza okuhle phambi kwakho.” UHezekiya wadazuluka wakhala kakhulu.


Ngiyathokoza ngemiyalo yakho engiyithandayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite