Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:157 - IsiZulu 2020

157 Abangizingelayo nabayizitha zami baningi, kodwa angichezuki emiyalelweni yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

157 Abangizingelayo nabayizitha kimi baningi; kepha ebufakazini bakho angichezuki.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

157 Baningi abangizingelayo nezitha zami; nokho angichezuki ebufakazini bakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:157
18 Referans Kwoze  

Ngakho-ke bazalwane bami abathandekayo, yibani ngabagxilileyo, abangaxegiyo, abavame njalo emsebenzini weNkosi, nazi ukuthi ukusebenza kwenu akusilo ize eNkosini.


Abazidlayo bangihleka usulu kakhulu, kepha emthethweni wakho angichezuki.


Akayukudangala, aphele amandla, aze amise ubulungiswa emhlabeni; neziqhingi ziyolindela ukuyala kwakhe.”


Unyawo lwami lunamathele ezinyathelweni zakhe; ngiyigcinile indlela yakhe, angiphambukanga.


Olungileyo uyobambelela endleleni yakhe, onezandla ezihlanzekileyo uyakukhula emandleni.


“Ngokuba kuwo lo muzi, uHerode, uPhontiyu Pilatu, nabezizwe nabantu bakwa-Israyeli bahlangana bamelana neNceku yakho engcwele, uJesu owamgcobayo,


“Ngaleso sikhathi bayakunikhaphela osizini, banibulale, nizondwe yizizwe zonke ngenxa yegama lami.


Izikhohlakali zingicuphile, kepha angichezukanga eziyalezweni zakho.


Izitha zami zingenzakalisa njalo, ngokuba baningi abalwa nami ngokuqhosha.


Konke lokhu kusehlele, kodwa akusenzanga sakhohlwa nguwe, asisephulanga isivumelwano sakho.


Bheka ukuthi ziningi kangakanani izitha zami, nokuthi zingiphethe ngendlakandla nangenzondo engakanani.


Ngokuba izinja zingihaqile, umgwamanda wabenzi bokubi ungizungezile. Izandla nezinyawo zami bazibhobozile.


Ngihaqwe yizinkunzi zaseBhashani eziningi, ezinamandla, zingizungezile.


Simakade, Nkulunkulu wami, ngiyaphephela kuwe; ngisindise, ungikhulule kubo bonke abangixoshayo,


Kwathi esakhuluma; kwafika uJuda, omunye wabali-12, ehamba nesixuku sabantu esikhulu siphethe izinkemba nezinduku, sivela kubaphristi abakhulu namalunga esizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite