Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:148 - IsiZulu 2020

148 Ngiqwasha kuze kube kwesikabhadakazi, ukuze ngizindle ngezwi lakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

148 Amehlo ami ayandulela imilindo yobusuku ukuba ngizindle ngezwi lakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

148 Amehlo ami avala umlindo wobusuku, ukuze ngicabange ngelizwi lakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:148
7 Referans Kwoze  

lapho ngikukhumbula embhedeni wami, ngizindla ngawe kwesikabhadakazi.


Kwathi ngalezo zinsuku uJesu waphuma waya entabeni eyokhuleka; wahlala ubusuku bonke ekhuleka kuNkulunkulu.


Vuka umpongoloze ezinzulwini zobusuku, inhliziyo yakho uyithulule njengamanzi phambi kobuso beNkosi. Phakamisela izandla zakho kuyo, ukhulekele izingane zakho, ezibulawa yindlala emajikeni ayo yonke imigwaqo.


Nkulunkulu, Wena unguNkulunkulu wami, ngiyakufuna. Umphefumulo wami womele Wena, umzimba wami ulangazelela Wena, ezweni eligagadekileyo, lapho kungekho khona amanzi.


Phakathi kwamabili ngivuka ngikubonge ngenxa yezehlulelo zakho ezilungileyo.


Ngizozindla ngeziyalezo zakho, ngizihloniphe izindlela zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite