Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:147 - IsiZulu 2020

147 Ngivuka ekuseni ngovivi ngikhale; ngiyawethemba amazwi akho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

147 Ngiyandulela uvivi lokusa ngikhala; ngiyethemba amazwi akho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

147 Ngaphambi kokuntwela kokusa, ngakhala; ngiyethemba izwi lakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:147
15 Referans Kwoze  

Kwathi ekuseni ngovivi, wavuka, waphuma, waya endaweni eyihlane, wayokhuleka khona.


Simakade, ekuseni uyalizwa izwi lami; ekuseni ngethula kuwe isicelo sami, ngilinde.


Simakade, mina ngikhala kuwe, ekuseni umkhuleko wami uyenyuka phambi kwakho.


Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho; ngiyalethemba izwi lakho.


Abakwesabayo bayakujabula lapho bengibona, ngokuba ngethemba izwi lakho.


KuNkulunkulu engidumisa izwi lakhe, kuNkulunkulu ngibeka ithemba lami, angiyukwesaba; umuntu angangenzani na?


Emini uSimakade uyaleza umusa wakhe, ebusuku isihlabelelo sakhe sikimi, ngikhuleke kuNkulunkulu wokuphila kwami.


Ebusuku umphefumulo wami uyakulangazelela, ngiyokufunisisa ngomoya ongaphakathi kwami. Ngokuba lapho izehlulelo zakho zisemhlabeni, izakhamuzi zasemhlabeni zifunda ukulunga.


Vukani, lugubhu nehabhu! Ngizakuvusa ukusa.


Vuka mphefumulo wami, vukani lugubhu nehabhu! Ngizovusa intathakusa.


Uyihlangabeze ngezibusiso ezinhle, wayethwesa umqhele wegolide elicwengekileyo ekhanda layo.


Beka indlebe yakho ekunxuseni kwami, umkhuleko wami mawufike kuwe.


Ungalisusi emlonyeni wami izwi leqiniso, ngokuba ngiyazethemba izehlulelo zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite