Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:133 - IsiZulu 2020

133 Izinyathelo zami ziqinise ezwini lakho; mangingabuswa nayinye inkohlakalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

133 Qinisa izinyathelo zami ezwini lakho; makungangibusi nobubodwa ububi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

133 Hamba ezinyathelweni zami ngokwezwi lakho, makungabuswa ububi phezu kwami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:133
9 Referans Kwoze  

Izinyathelo zami zisemkhondweni wakho, izinyawo zami azizange zishelele.


Nqanda inceku yakho ezonweni ezihlazisayo; mazingabusi phezu kwami. Yikhona ngizohlala ngingenasisihla, ngibe msulwa eziphambekweni ezinkulu.


Ngiphase ngokwezwi lakho, ukuze ngiphile, ngingajabhi ngethemba lami.


Ngizokubonisa, futhi ngikufundise indlela ozohamba ngayo; ngizobeka iso lami kuwe, ngikweluleke.


Akayukuluvumela unyawo lwakho lushibilike; okulondayo akozeli.


“Uyakugcina izinyawo zabathembekileyo bakhe, kodwa izikhohlakali ziyakubhujiswa ebumnyameni, ngokuba akukho muntu oyakuphumelela ngamandla akhe odwa.


Wabeka iculo elisha emlonyeni wami, ihubo lokudumisa uNkulunkulu wami, abaningi bayokubona lokho, besabe, bese bethembela kuSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite