Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:131 - IsiZulu 2020

131 Ngivula umlomo wami, nginelukuluku, ngokuba ngiyayilangazelela imiyalo yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

131 Ngivula umlomo wami, ngikhefuzela, ngokuba ngiyalangazelela imiyalo yakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

131 Ngavula umlomo wami ngakhamisa, ngokuba ngilangazelela imiyalo yakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:131
11 Referans Kwoze  

Njengendluzele ilangazelela amanzi emifula, kanjalo umphefumulo wami ulangazelela Wena Nkulunkulu.


Umphefumulo wami waphukile, ngokuba ngihlala ngilangazelela izehlulelo zakho.


Njengezinsana ezisanda kuzalwa, langazelelani ubisi olungokomoya olungenakonakala, ukuze ngalo nikhule kube ngukusindiswa,


Phokophelelani ukuthula nabo bonke kanye nokungcweliswa; ongenakho akasoze ayibone iNkosi.


Mina nginguSimakade uNkulunkulu wakho owakukhuphula eGibithe; khamisa umlomo wakho, ngiwugcwalise.


Ngiyayilangazelela insindiso yakho, Simakade; umthetho wakho uyintokozo yami.


Ngiyathokoza ngezwi lakho njengomuntu ejabulela impango eningi.


Babengilindela njengemvula, bakhamise imilomo yabo njengonxanele imvula yasentwasahlobo.


Ngilangazelela iziyalezo zakho; ngokulunga kwakho ngiphilise.


Njengesigqila silangazelela ithunzi, nosebenzayo elindele umholo wakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite