Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:128 - IsiZulu 2020

128 Ngakho-ke ngiyavuma ukuthi imiyalo yakho yonke ilungile; ngiyazizonda zonke izindlela zamanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

128 Ngalokho ngiyavuma ukuthi imiyalo yakho yonke ilungile; ngiyazonda zonke izindlela zamanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

128 Ngakho ngibheka yonke imiyalo yakho ngakho konke ilungile; ngiyazonda zonke izindlela zamanga.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:128
13 Referans Kwoze  

Ngeziyalezo zakho ngizuza ukuqonda, ngalokho-ke ngiyazizonda zonke izindlela zamanga.


nokho ngiyawuthanda umthetho kaNkulunkulu ngokomuntu ongaphakathi.


“Wonke amazwi kaNkulunkulu ahloliwe; uyisihlangu kwabaphephela kuye.


khona ngingeyukujabha, lapho ngihlonipha yonke imiyalelo yakho.


Yisiphi isizwe esikhulu esinezimiso nezehlulelo ezilungile njengawo wonke lo mthetho engiwubeka phambi kwenu namuhla na?


Kepha uma ngenza lokho engingakuthandiyo, ngiyawuvumela umthetho ukuthi muhle.


Ngokuba siyazi ukuthi umthetho ungowomoya, kodwa mina ngingumuntu othengisiwe phansi kwesono.


Ngakho-ke umthetho ungcwele, nomyalo ungcwele, ulungile, futhi muhle.


Uyabalahla bonke abachezuka ezimisweni zakho, ngokuba ubuqili babo buyize.


Lo muntu bese ebheka abantu, athi: ‘Ngonile, ngahlanekezela okulungileyo, kodwa akwenzekanga kimi njengokufanele.


Ngigcina yonke imithetho yakhe, futhi izimiso zakhe angizishayi indiva.


Ulimi lwami malukhulume izwi lakho, ngokuba imiyalo yakho yonke ilungile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite