Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:121 - IsiZulu 2020

121 Ngenze ubulungiswa nokulunga; unganginikeli kwabangicindezelayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

121 Ngiyenza ukwahlulela nokulunga; unganginikeli kubo abahluphi bami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

121 AIN. Ngenzé ubulungisa nokulunga; ungangishiyi kubacindezeli bami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:121
12 Referans Kwoze  

UDavide wabusa wonke u-Israyeli, wenzela bonke abantu bakhe ubulungiswa nokulungileyo.


Ngokuba ukuzibonga kwethu yilokhu okungubufakazi bukanembeza wethu, ukuthi sibe msulwa, sahamba ngobuqotho bukaNkulunkulu emhlabeni, ikakhulu maqondana nani; asihambanga ngokuhlakanipha kwabantu, kodwa ngomusa kaNkulunkulu.


USimakade akayukumnikela esandleni sakhe, akuyukumlahla ngecala lapho ehlulelwa.


Ngakho-ke iNkosi iyakwazi ukukhulula ekulingweni labo abamesabayo uNkulunkulu, nokugcina abangalungile ukuze ibajezise ngosuku lokwehlulelwa,


Abanye babafundi baseKhesariya bahamba nathi, basiyisa kuMnasoni othile waseKhuphro, umfundi omdala, esangenisa kwakhe.


Wena uthi: “Uma ngiqoka isikhathi esimisiweyo, yiMina engehlulela ngokulunga.


Thethelela, ngiyakucela, icala lencekukazi yakho, ngokuba uSimakade uyakuyenzela nokuyenzela inkosi yami indlu eqinileyo impela, lokhu inkosi yami ilwa izimpi zikaSimakade; ububi abuyukufunyanwa kuwe zonke izinsuku zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite