Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:115 - IsiZulu 2020

115 Sukani kimi, nina enenza okubi, ngokuba mina ngizoyigcina imiyalo kaNkulunkulu wami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

115 Sukani kimi nina enenza okubi, ngokuba ngiyakugcina imiyalo kaNkulunkulu wami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

115 Sukani kimi nina benzi bokubi, ngokuba ngiyakugcina imiyalo kaNkulunkulu wami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:115
10 Referans Kwoze  

Ningakhohliswa; ukujwayelana nababi konakalisa ukuziphatha okuhle.


Khona ngiyakubatshela emehlweni, ngithi: ‘Angizange nginazi; sukani kimi nina benzi bokubi.’


Sukani kimi nina nonke enenza okubi, ngokuba uSimakade ulizwile izwi lokukhala kwami.


Sengathi ungazibulala izikhohlakali, Nkulunkulu, ngalokho-ke sukani kimi, nina bachithi begazi.


Ngifungile, futhi ngakuqinisekisa ukuthi ngizozigcina izehlulelo zakho ezilungileyo.


Ngiyawuzonda umgwamanda wabenza okubi, futhi ngeke ngihlale nezikhohlakali.


“Kepha iNkosi iyakuthi kwabangakwesokhohlo sayo: ‘Dedani kimi, nina baqalekisiweyo, niye emlilweni ophakade olungiselwe uSathane nezingelosi zakhe.


Ungangilahli kanye nezoni, nomphefumulo wami kanye nabantu abalambele igazi,


Uma kukubi emehlweni enu ukukhonza uSimakade, khethani namuhla ukuthi ngubani eniyakumkhonza, noma ngonkulunkulu ababekhonzwa ngokhokho benu besengaphesheya komfula, noma ngonkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo, kepha mina nendlu yami siyakumkhonza uSimakade.”


Babusisiwe abagcina imiyalo yakhe, abamfuna ngenhlizyo epheleleyo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite