Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:113 - IsiZulu 2020

113 Ngiyabazonda abanhliziyo mbili, kepha umthetho wakho ngiyawuthanda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

113 Ngiyabazonda abanhliziyo mbili, kepha umthetho wakho ngiyawuthanda.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

113 SAMECH. Ngiyayizonda imicabango eyize, kepha umthetho wakho ngiyawuthanda.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:113
9 Referans Kwoze  

ngokuba ungumuntu ongqondo imbaxambili, engazinzile ezindleleni zakhe zonke.


Jerusalema, hlanza ububi obusenhliziyweni yakho, ukuze usindiswe. Kuyoze kube nini imicabango yakho emibi ihleli ezibilini zakho na?


Omubi makayishiye indlela yakhe, nomuntu owenza ibe mibi imicabango yakhe, abuyele kuSimakade, uyokuba nomusa kuye, abuyele kuNkulunkulu wethu, ngokuba uyophiwa intethelelo enkulu.


nakho konke okujulileyo okuziphakamisayo ukuze kumelane nokumazi uNkulunkulu, kepha sithumba yonke imicabango ukuze ilalele uKhristu.


Ngokuba ngaphakathi enhliziyweni yomuntu kuvela imicabango emibi: ubufebe, ukweba, ukubulala,


Anambitheka kamnandi amazwi akho, adlula uju emlonyeni wami.


Umthetho wakho ngiwuthanda kakhulu. Ngizindla ngawo usuku lonke.


USimakade uyayazi imicabango yabantu ukuthi ingumoya nje.


Ngiyathokoza ngemiyalo yakho engiyithandayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite