Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 118:9 - IsiZulu 2020

9 Kuhle ukuphephela kuSimakade, kunokwethemba izikhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kuhle ukuphephela kuJehova kunokwethemba izikhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kungcono ukuthembela kuJehova kunokwethemba izikhulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 118:9
8 Referans Kwoze  

Kuthe lapho bekubamba ngesandla, wephuka, waklunyula amahlombe abo; nalapho bencika kuwe, waphoqoka, wazintengantengisa zonke izinkalo zabo.


“Abase-Asiriya bayofa ngenkemba, kungeyona eyomuntu; inkemba okungesiyona eyomuntu iyobaqothula, bayothi galo yephuka phambi kwenkemba. Izinsizwa zakhona ziyoba yizisebenzi ezingakhokhelwa.


Maye, kulabo abehlela eGibhithe ukuyocela usizo, abethembele emahhashini nasezinqoleni zempi ngoba ziziningi, nakubagibeli bamahhashi ngokuba benamandla, kodwa bengabheki koNgcwele ka-Israyeli, bengamfuni uSimakade!


Impela, manje bayakuthi: “Asinankosi, ngokuba asimesabanga uSimakade; pho inkosi ibizosenzelani na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite