Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 117:2 - IsiZulu 2020

2 Ngokuba umusa wakhe kithina mkhulu, iqiniso likaSimakade limi ingunaphakade. Haleluya!

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina; iqiniso likaJehova limi phakade. Haleluya!

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina, nokuthembeka kukaJehova kumi phakade. Dumisani uJehova.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 117:2
11 Referans Kwoze  

Wena Simakade unguNkulunkulu wami; ngizokuphakamisa ngilidumise igama lakho, ngokuba wenze izimangaliso ezacetshwa emandulo, ngokwethembeka nangeqiniso.


Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba, unjalo umusa wakhe phezu kwabamesabayo.


Ngizohlabelela ngomusa kaSimakade kuze kube phakade, ngomlomo wami, ngazise izizukulwane ngezizukulwane ukwethembeka kwakho.


UJesu weza ngamanzi wabhabhadiswa, akubanga ngamanzi qha, kodwa kwaba nangegazi lakhe, lokhu noMoya oNgcwele uyafakaza ngalokho, ngokuba unguMoya weqiniso.


Kuyakuhlangabezana umusa neqiniso, kwangane ukulunga nokuthula.


UJesu wathi: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.


Uyakwethembeka kuJakobe ube nomusa ku-Abhrahama owafunga ngawo kobaba ezinsukwini zasemandulo.


owenze izulu nomhlaba, nolwandle, nakho konke okukulo, ogcina iqiniso kuze kube phakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite