Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 117:1 - IsiZulu 2020

1 Dumisani uSimakade nina bezizwe zonke, nimbabaze, nina bantu bonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Dumisani uJehova nina bezizwe zonke, nimbabaze nina bantu bonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Dumisani uJehova nina zizwe zonke, mdumiseni nina bantu bonke.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 117:1
12 Referans Kwoze  

Ngubani ongayukukwesaba, Nkosi, adumise igama lakho, na? Ngokuba Wena wedwa ungcwele, zonke izizwe ziyakuza zikhuleke phambi kwakho, ngokuba izenzo zakho zokulunga sezisobala.”


nokuthi: “Dumisani iNkosi, nina bezizwe nonke, niyibabaze, nina bantu bonke.”


Abantu mabakubonge, Nkulunkulu, ubongwe ngabantu bonke.


Ahlabelela iculo elisha, elithi: “Ufanele Wena ukuyithabatha incwadi, nokuqaqa izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wabathengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuyo yonke imindeni, izilimi, abantu, nezizwe.


Mhlaba wonke, hubelani uNkulunkulu ngentokozo.


Zonke izizwe ozidalileyo zizofika, zikhuleke phambi kwakho, Nkosi, zidumise igama lakho,


Umhlaba wonke ukhuleke kuwe, ukudumise, bahubele igama lakho.” Sela


Konke okuphefumulayo makudumise uSimakade. Haleluya!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite