Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 114:8 - IsiZulu 2020

8 Yena ophendula idwala libe yichibi lamanzi, insengetsha, ibe ngumthombo wamanzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 yena ophendula idwala libe yichibi lamanzi, insengetsha ibe ngumthombo wamanzi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 owaphendula idwala libe yimanzi amile, itshe libe ngumthombo wamanzi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 114:8
8 Referans Kwoze  

Ihlane waliphendula amachibi amanzi, nomhlabathi owomileyo, imithombo yamanzi.


wakuhola ehlane elikhulu nelesabekayo elinezinyoka ezinesihlungu nofezela nomhlabathi owomileyo, lapho kwakungekho manzi khona; wakuvezela amanzi edwaleni lensengetsha.


UMose waphakamisa isandla sakhe, walishaya kabili idwala ngentonga yakhe, kwaphuma amanzi amaningi, yaphuza inhlangano nemfuyo yayo.


Wavula idwala, kwampompoza amanzi, agobhoza ogwadule kwangathi ngumfula.


Ngizobe ngimi phambi kwakho laphaya edwaleni eHorebhe. Uyakulishaya idwala kuphume amanzi kulo, ukuze abantu baphuze.” UMose wenza kanjalo ebuka amalunga akwa-Israyeli.


baphuza okufanayo komoya, ngokuba baphuza edwaleni lomoya elabalandelayo, lelo dwala lalinguKhristu.


Lapho belambile, wabanika isinkwa esivela ezulwini, waqhumisa isiphethu edwaleni, ukuze baqede ukoma. Wabatshela ukuba bangene ezweni owawubethembise lona ngesifungo, ukuthi uyobanika lona.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite