Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 113:9 - IsiZulu 2020

9 Inyumba uyayipha ukuphatha umuzi, ibe ngunina othokozayo wabantwana. Haleluya!

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Inyumba uyayipha ukuphatha umuzi, ibe ngunina othokozayo wabantwana. Haleluya!

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wenza umfazi oyinyumba agcine indlu futhi abe ngumama ojabulayo wabantwana. Dumisani uJehova.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 113:9
10 Referans Kwoze  

UNkulunkulu uhlalisa imihlalaqha ezindlini, akhulule iziboshwa bese zinethezeka, abahlubukayo bodwa abahlala emaqwaqwasini.


Abebesuthi sebeyaziqashisa ukuze bathole ukudla; abebelambile sebeyekile ukulamba. Yebo, obeyinyumba uzele abayisikhombisa; onabantwana abaningi uyancunzeka.


“Memeza ngokujabula wena nyumba, wena ongazalanga, qhumuka, umemeze ngokuthokoza, dazuluka wena ongakaze uhelelwe; ngokuba abantwana boyisikhwebu baningi kunabantwana bonendoda,” kusho uSimakade.


Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Thokoza wena nyumba ongazalanga, dazuluka wena ongakaze uhelelwe, ngokuba abantwana boyisikhwebu baningi kunabantwana bonendoda.”


U-Isaka wamkhulekela kuSimakade uRibheka umkakhe, ngokuba wayengabatholi abantwana, iNkosi yawuzwa umkhuleko wakhe, uRibheka wakhulelwa.


Kodwa uma engazingcolisanga, ehlambulukile, uyakukhululeka, akhulelwe, athole abantwana.


Kepha owesifazane wakhulelwa, wazala indodana ngaleso sikhathi ngonyaka olandelayo njengoba u-Elisha ayeshilo kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite