Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 111:6 - IsiZulu 2020

6 Abantu bakhe ubabonise amandla emisebenzi yakhe, ngokubapha ifa labezizwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ubonisile abantu bakhe amandla emisebenzi yakhe ngokubapha ifa labezizwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wazisa abantu bakhe amandla emisebenzi yakhe, ukuze abanike ifa labezizwe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 111:6
13 Referans Kwoze  

Ukhiphe umvini eGibhithe, wasusa izizwe, wawutshala.


Cela kimi, ngikunike abezizwe babe yifa lakho, nemikhawulo yomhlaba ibe ngeyakho.


Wena ngesandla sakho, waxosha izizwe, bona wabatshala; wazibhubhisa izizwe, bona wabakhulula.


Abantu bamemeza kakhulu, kwakhala amacilongo. Kwathi ukuba abantu bezwe ukukhala kwamacilongo, bamemeza kakhulu, lwawa udonga, ngakho-ke abantu bawuthelekela, bawudla umuzi.


Ngokuba abalidlanga izwe ngenkemba yabo, nengalo yabo ayibasindisanga, kodwa kwaba yisandla sakho sokunene nengalo yakho, nokukhanya kobukhona bakho, ngokuba wethaba ngabo.


Wena uyiNkosi yami, Nkulunkulu, yaleza ukunqoba kukaJakobe.


Wamazisa uMose izindlela zakhe, nabantu bakwa-Israyeli, izenzo zakhe.


ukuze babazise abantwana babantu izenzo zakho zamandla nenkazimulo yobukhosi bombuso wakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite