Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 111:3 - IsiZulu 2020

3 Ugcwele udumo nobukhosi umsebenzi wakhe, nokulunga kwakhe kumi phakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Umsebenzi wakhe ungubukhosi nodumo, nokulunga kwakhe kumi phakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Umsebenzi wakhe ungowodumo nodumo, nokulunga kwakhe kumi phakade.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 111:3
17 Referans Kwoze  

ukuze ngebandla baziswe manje ababusi nabanamandla emazulwini ukuhlakanipha okuninginingi kukaNkulunkulu,


Ukulunga kwakho kungukulunga okuphakade; umthetho wakho uyiqiniso.


Ngokuba inundu iyakubadla njengengubo, nebhu libadle njengoboya bezimvu, kodwa ukulunga kwami kuyakuma kuze kube phakade, nensindiso yami ezizukulwaneni ngezizukulwane.”


Kepha umusa kaSimakade uphezu kwabamesabayo phakade naphakade, nokulunga kwakhe kubantwana babantwana,


Amazulu alanda ngenkazimulo kaNkulunkulu, umkhathi umemezela ngomsebenzi wezandla zakhe.


“Ngubani onjengawe Simakade phakathi konkulunkulu na? Ngubani onjengawe ngobukhosi nangobungcwele, omangalisayo ngendumiso, owenza izimangaliso na?


“Amasonto angama-70 anqunyelwe abantu bakho nomuzi wakho ongcwele ukuqeda iziphambeko, nokukhawula izono, nokwenza ukubuyisana ngobubi, nokungenisa ukulunga okuphakade, nokunamathelisa umbono nesiphrofetho, nokugcoba indlu engcwelengcwele.


USimakade ulungile ezindleleni zakhe zonke, unomusa emisebenzini yakhe yonke.


Ukulunga kobufakazi bakho kumi ingunaphakade; ngiphe ukuqonda ukuze ngiphile.


Ubapha ngesihle abantulayo, ukulunga kwakhe kumi kuze kube phakade, amandla akhe ayophakama ngodumo.


Ingcebo nemfuyo kusendlini yakhe, ukulunga kwakhe kumi phakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite