Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 109:30 - IsiZulu 2020

30 USimakade ngiyombonga ngomlomo wami, ngimdumise esixukwini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Ngiyakumbonga uJehova ngomlomo wami, ngimdumise esixukwini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Ngizamdumisa kakhulu uJehova ngomlomo wami; yebo, ngiyakumdumisa phakathi kwesixuku.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 109:30
12 Referans Kwoze  

Makadunyiswe uSimakade! Ngiyakumbonga uSimakade ngenhliziyo yami yonke enhlanganweni nasebandleni labaqotho.


Ngizokubonga ebandleni elikhulu, ngikudumise phakathi kwabantu abaningi.


Ngiyokubonga ngenhliziyo yami yonke, ngikuhubele phambi konkulunkulu.


ethi: “Ngizakushumayela igama lakho kubafowethu, ngikuhubele phakathi kwebandla,”


Wonke amakhosi omhlaba mawakubonge, Simakade, ngokuba ezwile amazwi omlomo wakho.


Mabamphakamise ebandleni labantu, bamdumise emhlanganweni wamalunga.


Ngiyakumbonga uSimakade ngenhliziyo yami yonke; ngilande ngazo zonke izimangaliso zakho.


Ngizokumnika uSimakade izibongo ezifanele ukulunga kwakhe, ngilihubele indumiso igama likaSimakade Ophezukonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite