Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 109:25 - IsiZulu 2020

25 Ngibe yisethuko sabo, bangibheka qede banikine amakhanda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Futhi ngaba yisihlamba kubona; bengibheka banikina amakhanda abo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Nami ngaba yisihlamba kubo; uma bengibheka banikine amakhanda.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 109:25
13 Referans Kwoze  

ngokuba noKhristu akazithokozisanga Yena, kodwa njengokulotshiwe ukuthi: “Inhlamba yabakuthukayo yehlela phezu kwami.”


Ngakho-ke masiphumele kuye ngaphandle kwenkambu, sithwale ihlazo lakhe.


sibhekile kuJesu ongumqalisi nomphelelisi wokukholwa kwethu, owathi esikhundleni sentokozo ayibekelweyo, wathwala isiphambano engalinaki ihlazo, wahlala ngakwesokunene sesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu.


Ababedlula lapho bamhlambalaza, benikina amakhanda, bethi: “Ashila, wena odiliza ithempeli ubuye ulakhe ngezinsuku ezintathu,


nanti izwi uSimakade alikhulumile maqondana naye, uthi: “Uyakwedelela, uyakungcofa, ntombi, ndodakazi yaseZiyoni; ukunikinela ikhanda, ndodakazi yaseJerusalema.


Nami bengingakhuluma njengani, ukuba benisesikhundleni sami, bengingayihlanganisa inkulumo, ngimelane nani, ngininikinele ikhanda.


basho nokusho bathi: “Makabeke indaba yakhe kuSimakade; Yena makamkhulule. Makamsindise ngoba uthokozile ngaye!”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite