Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 109:24 - IsiZulu 2020

24 Amadolo ami ayaxega ngenxa yokuzila ukudla, nomzimba wami awusanonophele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Amadolo ami abuthakathaka ngokuzila ukudla, nomzimba wami uswele ukukhuluphala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Amadolo ami abuthakathaka ngenxa yamandla; nenyama yami iyabhubha ngamanoni.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 109:24
11 Referans Kwoze  

Ngakho-ke qinisani izandla ezibuthakathaka namadolo axegayo.


Kwathi esezile ukudla izinsuku ezingama-40 nobusuku obungama-40, ekugcineni walamba.


Ngichithiwe njengamanzi; kuxega wonke amalungu ami. Inhliziyo yami incibilika njengengcina ezibilini zami.


Ngokusebenza nangokukhandleka, ngiqwashile kaningi ebusuku, ngokulamba, ngokoma, ngokuzila ukudla izikhathi eziningi, ngokuququdwa ngamakhaza, nangokuhamba ze.


Ngakhala, umphefumulo wami wazila, kwaba ngukudunyazwa kwami.


Amathambo ami anamathela esikhumbeni sami nasenyameni yami, ngisinde ngokulambisa kuphela.


Isaka ngalenza isembatho sami, ngaba yisaga kubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite