Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 107:8 - IsiZulu 2020

8 Mabambonge uSimakade ngomusa wakhe nangezimangaliso zakhe kubantwana babantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Mababonge uJehova ngomusa wakhe nezimangaliso zakhe kubo abantwana babantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 O, uma abantu bengamdumisa uJehova ngobubele bakhe nezimangaliso zakhe kubantwana babantu!

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 107:8
16 Referans Kwoze  

Uyakhulula, asindise; wenza izibonakaliso nezimangaliso ezulwini nasemhlabeni. Yena omkhululile uDaniyeli emandleni ezingonyama.”


Haleluya! Kumnandi kakhulu ukuhlabelelela uNkulunkulu wethu, ngokuba unomusa, indumiso imfanele.


Mabambonge uSimakade ngomusa wakhe nangezimangaliso zakhe kubantwana babantu.


Asiyukubafihlela zona abantwana babo, kodwa siyotshela izizukulwane izibongo zikaSimakade, amandla akhe nemisebenzi emangalisayo ayenzileyo.


Mabambonge uSimakade ngomusa wakhe, nangezimangaliso zakhe kubantwana babantu.


Mabambonge uSimakade ngomusa wakhe nangezimangaliso zakhe kubantwana babantu.


Ngiyakuwukhumbula umusa kaSimakade, ngimdumise uSimakade ngakho konke asenzele khona, nokuhle okuningi phezu kwendlu ka-Israyeli ayenzele khona, ngobubele bakhe nangobuningi bomusa wakhe.


Wenze ukuba izimangaliso zakhe zikhunjulwe, uSimakade unomusa nobubele.


Uma bebehlakaniphile bebeyakukuqonda lokhu, baqonde nesiphetho sabo.


Sengathi ngabe wayilalelisisa imiyalo yami! Khona ukuthula kwakho bekuyokuba njengomfula, nokulunga kwakho njengamanzi olwandle,


Mbongeni kanye nami uSimakade, siliphakamise kanyekanye igama lakhe.


Sengathi kungaba njalo enhliziyweni yabo, bangesabe, bayigcine njalo yonke imiyalelo yami, ukuze kube kuhle kubo nakubantwana babo kuze kube phakade.


Simakade Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo, nezizindlo zakho ngathi; akukho okungafaniswa nawe, uma ngiyilanda, ngiyisho, miningi kunokuba ibalwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite