Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 107:39 - IsiZulu 2020

39 Babuye bancipha, bathotshiswa ngokucindezelwa, ngezinkathazo nangosizi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Babuye bancipha, bathotshiswa ngokucindezelwa, nangobubi, nangosizi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Futhi bayathotshiswa futhi bathotshiswe yingcindezelo, usizi kanye nosizi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 107:39
17 Referans Kwoze  

Ngalezo zinsuku uSimakade waqala ukunciphisa elakwa-Israyeli. UHazayeli walinqoba lonke izwe lakwa-Israyeli,


USimakade wakubona ukuhlupheka kuka-Israyeli, kwamunyu kakhulu, abancane nabakhulu baphela amandla; kwakungekho ongamsiza u-Israyeli.


Kepha uHazayeli, inkosi yase-Aramu, yayimcindezele u-Israyeli zonke izinsuku zikaJehowahazi.


Akashiyanga muntu kuJehowahazi, kuphela impi eyayingevile kwabamahhashi abangama-50, izinqola zempi ezilishumi namabutho ahamba ngezinyawo ayizi-10 000, ngokuba inkosi yase-Aramu yayibaqothe bafana nothuli esibhulweni.


Kwathi isiphelile iminyaka eyisikhombisa, owesifazane wabuya ezweni lamaFilisti. Wahamba wayozikhalela, ecela usizo enkosini ngendlu yakhe nangezwe lakhe.


Kwathi ngelinye ilanga u-Elisha wadlula eya eShunemi lapho kwakukhona owesifazane ocebileyo. Owesifazane wamncenga ukuba adle isinkwa. Kwakuthi njalo uma edlula aphambukele khona ukuba adle.


Ngizonondla nikuleyo ndawo, wena nabendlu yakho, nabo bonke abangabakho, ngokuba kusazokuba yiminyaka emihlanu indlala isalokhu idlangile.’ ”


Wenza izizwe zibe zinkulu, bese ezibhubhisa, ukhulisa izizwe, bese ezihlakaza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite