Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 107:26 - IsiZulu 2020

26 Bakhuphukela emazulwini, babuye behlela ezinzulwini zolwandle, umphefumulo wadangala ngenxa yosizi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Bakhuphukela ezulwini, babuye behlela kuzo izintwa; umphefumulo wancibilika ngosizi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Benyukela ezulwini, baphinde behlele ekujuleni; umphefumulo wabo uyancibilika ngenxa yosizi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 107:26
5 Referans Kwoze  

Ngichithiwe njengamanzi; kuxega wonke amalungu ami. Inhliziyo yami incibilika njengengcina ezibilini zami.


Umphefumulo wami uyakhala ngenxa yosizi; ngiqinise ngokwezwi lakho.


Alisenalutho, kukhala ibhungane, futhi liyincithakalo, inhliziyo iyancibilika, kushayana amadolo, izinhlungu zikhungethe lonke ukhalo, nobuso babo bonke buphaphathekile.


Ngalokho zonke izandla ziyakuba ntekenteke, nezinhliziyo ziphele amandla.


Ngisho nonesibindi, onenhliziyo enjengeyengonyama, uyophelelwa ngamandla ngenxa yokwesaba, ngokuba wonke u-Israyeli uyazi ukuthi uyihlo uyiqhawe, nabantu ahamba nabo bangamaqhawe anamandla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite