Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 107:23 - IsiZulu 2020

23 Abanye behlela olwandle ngemikhumbi, bahwebelana emanzini amaningi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Behlela elwandle ngemikhumbi, bathengiselana emanzini amakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Abehlela elwandle ngemikhumbi, behweba emanzini amaningi;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 107:23
6 Referans Kwoze  

Ngokuba ngehora linye vo, ingcebo engaka isishabalalisiwe.’ “Bonke abashayeli bemikhumbi, bonke abaya noma kuphi ngomkhumbi, amatilosi, nabo bonke abasebenza olwandle bamela kude,


Abagwedli bakho bakuyisa emanzini amaningi; umoya wasempumalanga wakuphahlaza phakathi kolwandle.


Mhubeleni uSimakade ihubo elisha, indumiso yakhe kusukela emikhawulweni yomhlaba, nina enehlela olwandle nakho konke okukulo, nina ziqhingi nabakhileyo kuzo.


Ngomoya wasempumalanga, waphula imikhumbi yaseTharishishi.


Kulo kuntweza imikhumbi, inkanyamba yasolwandle oyidalileyo idlala kulo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite