AmaHubo 106:9 - IsiZulu 20209 Wakhuza uLwandle Lomhlanga, lwasha, wabaholela ekujuleni njengasehlane. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Wakhuza uLwandle Olubomvu, lwasha; wabaholela ekujuleni njengasehlane. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20249 Futhi wayikhuza iSchelfsee, futhi yoma; wabahola ekujuleni kungathi badabula ugwadule. Gade chapit la |
Yini eyenza kungabi bikho muntu lapho ngifika na? Kungani kungasabelanga muntu nalapho nginibiza na? Ngabe isandla sami sifinyeziwe yini ukuba singahlengi na? Noma angisenamandla okukhulula na? Ngokukhuza kwami ngiyomisa ulwandle, ngenze imifula ibe yihlane, izinhlanzi zayo zinuke; ngokuba engekho amanzi, ziyofa zibulawa wukoma.