Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 106:13 - IsiZulu 2020

13 Kepha basheshe bayikhohlwa imisebenzi yakhe, ababe besasilandela iseluleko sakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Bashesha bakhohlwa imisebenzi yakhe, abalindelanga isiluleko sakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Bashesha bakhohlwa imisebenzi yakhe; abazange balinde iseluleko sakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 106:13
11 Referans Kwoze  

Bayikhohlwa imisebenzi yakhe nezimangaliso zakhe ayebabonise khona.


Abantu bakhononda ngoMose, bathi: “Siyakuphuzani na?”


Lonke ibandla lakwa-Israyeli lakhononda ngoMose no-Aroni ehlane.


Anizinakanga zonke izeluleko zami, anikwemukelanga ukusola kwami.


ngokuba baphambana namazwi kaNkulunkulu, basidelela iseluleko soPhezukonke.


Abantu baxabana noMose, bathi: “Sinike amanzi ukuze siphuze.” UMose wathi kubo: “Nilwelani nami na? Nimvivinyelani uSimakade na?”


Abasilalelanga iseluleko sami, bakudelela ukusola kwami.


Leyo ndawo wayibiza ngokuthi kuseMasa neMeribha, ngenxa yokuphikisana kwabantu bakwa-Israyeli, nangenxa yokuba bamvivinya uSimakade lapho, bethi: “Ngabe uSimakade ukhona yini phakathi kwethu noma qha?”


Uyakubabuyisa ubatshale entabeni eyifa lakho, indawo Wena Simakade ozenzele yona ukuba uhlale kuyo, indawo engcwele Simakade, emiswe yizandla zakho.


Usumkhohliwe uSimakade uMenzi wakho, owaleneka izulu, wabeka nesisekelo somhlaba. Uthuthumele usuku lonke ngenxa yolaka lomcindezeli, ozilungiselela ukubhubhisa. Kepha luphi ulaka lomcindezeli na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite