Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 105:2 - IsiZulu 2020

2 Mhlabeleleleni, nimhubele, nikhulume ngazo zonke izimangaliso zakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Hlabelelani kuye, nimhubele, nikhulume ngezimangaliso zakhe zonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Hlabelelani udumo lwakhe, nihubele inkazimulo yakhe; landisani zonke izimangaliso zakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 105:2
17 Referans Kwoze  

Ngiqondise indlela yeziyalezo zakho ukuba ngikhulume ngezimangaliso zakho.


Mhubeleni uSimakade ngehabhu, ngehabhu nangezwi lehubo,


ngicabange ngawo wonke umsebenzi wakho, ngizindle ngezenzo zakho.


Hubelani uSimakade ihubo elisha, ngokuba wenze izimangaliso, esokunene sakhe nengalo yakhe engcwele kumzuzele ukunqoba.


niphendulane ngamahubo, ngezihlabelelo nangamaculo okomoya, nicule niyihubele iNkosi enhliziyweni yenu,


“Lalelani makhosi, bekani indlebe zikhulu, ngizakumhubela uSimakade ngizakuhlabelela kuSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli.


Kuyakuthi ngomuso lapho indodana yakho ikubuza, ithi: ‘Kuyini lokhu na?’ uyothi: ‘USimakade wasikhipha ngesandla esinamandla eGibhithe, indlu yobugqila.


Indlela yakho, Nkulunkulu, ingcwele. Yimuphi unkulunkulu omkhulu njengoNkulunkulu wethu na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite