Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 104:7 - IsiZulu 2020

7 Ngokukhuza kwakho abaleka, ngezwi lokuduma kwakho ashesha asuka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngokukhuza kwakho abaleka, ngezwi lokuduma kwakho ashesha asuka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngaphambi kokusola kwakho abaleka; ngezwi lokuduma kwakho zashesha zasuka.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 104:7
7 Referans Kwoze  

Ngenkathi Wena, Simakade, uzithethisa, lapho uzifutha ngamakhala akho, umphefumulo wakho uziqumbe phansi. Izinzulu zolwandle zavela obala, nezisekelo zomhlaba zaba kwabha.


Wayesevuka, wawukhuza umoya, wathi kulo ulwandle: “Thula, uthi du.” Umoya wawusuthula, kwaba nokuthula okukhulu.


UNkulunkulu wamkhumbula uNowa nazo zonke izilwane ezazinaye emkhunjini, ezifuywayo nezasendle. Wayesethumela umoya wavunguza phezu komhlaba, amanzi aya ngokuya ebohla.


Lapho enza isibhakabhaka phezulu siqine, nangesikhathi imithombo yezinzulu iphuphuma ngamandla;


Wakhuza uLwandle Lomhlanga, lwasha, wabaholela ekujuleni njengasehlane.


Izwi lokuduma kwakho lisesiphephweni, imibani yakhanyisa izwe, umhlaba wandindizela, wazamazama.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite