Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 104:34 - IsiZulu 2020

34 Kwangathi izizindlo zami zingamthokozisa, ngokuba ukuthokoza kwami kukuSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Ukuzindla kwami makube mnandi kuye; mina mangithokoze kuJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Ukuzindla kwami kuye makube mnandi; ngiyakuthokoza ngoJehova.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 104:34
18 Referans Kwoze  

Thokozani eNkosini njalonjalo; ngiyaphinda ngithi: thokozani!


kodwa othokoza ngoMthetho kaSimakade, azindle ngawo imini nobusuku.


nomoya wami uyathokoza kuNkulunkulu, uMsindisi wami,


Ngiyakuthokoza, ngethabe kuwe; ngilihubele igama loPhezukonke.


Ubufakazi bakho buyifa lami laphakade, ngokuba buwukuthokoza kwenhliziyo yami.


ngicabange ngawo wonke umsebenzi wakho, ngizindle ngezenzo zakho.


Yethabani kuSimakade nina abalungileyo; nihlokome ngentokozo nina nonke enimsulwa enhliziyweni.


Umphefumulo wami ugcina ubufakazi bakho; ngibuthanda kakhulu.


Yazi ukuthi kunjalo ukuhlakanipha emphefumulweni wakho; uma ukutholile, likhona ikusasa, nethemba lakho aliyukushabalala.


Sekuhwalala u-Isaka waphuma wazulazula ensimini yakhe ezindla. Kuthe lapho ephakamisa amehlo, wabona amakameli eza.


Khona umphefumulo wami uzakwethaba kuSimakade, uthokoze ngokusindisa kwakhe.


Dumisani igama lakhe elingcwele, mazithokoze izinhliziyo zabafuna uSimakade.


Ngayithatha incwadi encane esandleni sengelosi, ngayidla. Yayimnandi njengoju emlonyeni wami, nalapho sengiyidlile, yababa esiswini sami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite