Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 104:26 - IsiZulu 2020

26 Kulo kuntweza imikhumbi, inkanyamba yasolwandle oyidalileyo idlala kulo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Kuhamba khona imikhumbi, uLeviyathani* lowo omenzile ukuba adlale kulo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Lapho kuhamba imikhumbi; kukhona uLeviyathani owamenza ukuba adlale kulo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 104:26
8 Referans Kwoze  

Abanye behlela olwandle ngemikhumbi, bahwebelana emanzini amaningi.


Ngalolo lusuku uSimakade uyojezisa uLeviyathani ngenkemba yakhe enonya, elukhuni nemandla. ULeviyathani yinkanyamba esheshayo, futhi ethandelayo, uyobulala nenkanyamba yasolwandle ehlala khona.


NguWena owaphohloza amakhanda kaLeviyathani, wamnika izidalwa zasendle, zamudla.


Amalunga aseGebhali nezihlakaniphi zakhona babekuvala izimfa. Yonke imikhumbi yasolwandle namatilosi ayo babe kuwe ukuba bahwebe ngempahla yakho.


Mabaluqalekise labo abaqalekisa usuku, labo abalungele ukuvusa uLeviyathani.


“UZabuloni uyokwakha ngasogwini lolwandle, abe ngasechwebeni lemikhumbi, imingcele yakhe iyoze ishaye eSidoni.


Amanzi akhula anda emhlabeni; umkhumbi wantanta phezu kwamanzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite