Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 104:17 - IsiZulu 2020

17 kwakhela kuyo izinyoni, unogolantethe unesidleke kuyo imisayiphuresi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 okwakhele kuyo izinyoni; ugolantethe unendlu yakhe kuyo imisayipuresi.*

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Lapho izinyoni zakha khona izidleke zazo, nonogolantethe, imisayipuresi iyikhaya lakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 104:17
8 Referans Kwoze  

Izinyoni zezulu zakhe ngakuyo, zizwakalisa izwi lazo phakathi kwamagatsha.


unogolantethe, unozalizingwenya ngezinhlobo zakhe, uziningweni, nelulwane.


lona luthi lungoluncane kunazo zonke izimbewu, kodwa lukhule lube lukhulu kunakho konke okumilayo, lube yisihlahla esikhulukazi; zize izinyoni zezulu, zakhele emagatsheni aso.”


Noma ungaphakama njengokhozi, noma ngabe isidleke sakho singakhiwa phakathi kwezinkanyezi, ngiyakukwehlisa khona lapho, kusho uSimakade.


omaqabunga aso ayemahle, nezithelo zaso ziziningi, kukhona kuso ukudla kwabo bonke; izilwane zasendle zahlala phansi kwaso, nezinyoni zezulu zakhela emagatsheni aso:


Zonke izinyoni zezulu zakha izidleke zazo emagatsheni awo, izilwane zonke zasendle zazalela phansi kwamagatsha awo; zonke izizwe ezinkulu zahlala phansi komthunzi wawo.


Wena ohlala eLebhanoni, osidleke sakho sisemisedarini, uyobubula kanjani lapho sewuhelelwa, usunemihelo njengowesifazane obelethayo na?


Unogolantethe emkhathini uyazazi izikhathi zakhe ezimisiweyo; ihobhe, ihhashi, inkonjane, nonohhemu, kuyazigcina izikhathi zokufika kwakho; kodwa abantu bami kabazazi izimiso zikaSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite