AmaHubo 103:8 - IsiZulu 20208 USimakade unobubele nesihawu, uyephuza ukuthukuthela, uvame umusa. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 UJehova unobubele nesihawu; wephuza ukuthukuthela, kuvama umusa. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20248 UJehova unesihe, unomusa, uyabekezela, uchichima umusa. Gade chapit la |
Wase ekhuleka kuSimakade, wathi: “Simakade, angikushongo yini lokhu kwasekuqaleni ngesikhathi ngisesezweni lakithi na? Yingakho ngashesha ngabalekela eTharishishi, ngoba ngangazi kahle ukuthi Wena unguNkulunkulu onomusa, owephuza ukuthukuthela, unobubele obukhulu, uyayithambisa inhliziyo yakho ungabe usakwenza okubi obukuhlosile.