Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 103:16 - IsiZulu 2020

16 ipheshethwa ngumoya, bese inyamalala, nendawo yayo ingabe isayazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngokuba umoya uyadlula phezu kwayo, bese yinyamalala, nendawo yayo ingabe isayazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngokuba umoya uphephetha phezu kwayo, isuke; nendawo yawo ayisayikuyazi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 103:16
8 Referans Kwoze  

Utshani buyabuna, imbali iyavuthuluka, ngokuba uMoya kaSimakade uyakuphephetha. Impela abantu bangutshani.


Iso elimbonile alisayukuphinde limbone, nendawo yakhe ayisayukumbona.


Kepha umuntu uyafa, abe buthakathaka, umuntu obhubhile uphi na?


U-Enokhi wayehamba noNkulunkulu. Wanyamalala, ngokuba uNkulunkulu wamthabatha.


Izwi lithi: “Memeza!” Ngathi: “Ngiyakumemeza ngithini na?” Bonke abantu bangutshani, nabo bonke ubuhle babo bunjengembali yasendle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite