Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 103:11 - IsiZulu 2020

11 Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba, unjalo umusa wakhe phezu kwabamesabayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba unjalo umusa wakhe phezu kwabamesabayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba, unjalo umusa wakhe kwabamesabayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 103:11
12 Referans Kwoze  

Ngokuba umusa wakho mkhulu, kuze kube sezulwini, nokwethembeka kwakho, kuze kube semafini.


Isihawu sakhe sisezizukulwaneni ngezizukulwane kubo abamesabayo.


Kepha umusa kaSimakade uphezu kwabamesabayo phakade naphakade, nokulunga kwakhe kubantwana babantwana,


Simakade, umusa wakho ufinyelela emazulwini, ukwethembeka kwakho kufika emafwini.


Njengalokhu amazulu ephakeme, nomhlaba ujulile, injalo nenhliziyo yamakhosi, ayiphenyisiseki.


“Njengalokhu amazulu ephakeme kunomhlaba, kanjalo izindlela zami ziphakeme kunezindlela zenu, nemicabango yami kunemicabango yenu.


Ngimemezele ngithi: “Umusa wakho umi ingunaphakade, ukwethembeka kwakho ukuqinise emazulwini.”


“UNkulunkulu akekho yini phezulu ezulwini na? Bheka, izinkanyezi eziphakemeyo ukuthi ziphakeme kangakanani.


Ubafihla emphemeni wobukhona bakho, ezigungwini zababakhela uzungu. Ubagcina bephephile edokodweni lakho, olimini olumbaxambili.


Ngokuba umusa wakhe kithina mkhulu, iqiniso likaSimakade limi ingunaphakade. Haleluya!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite