Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 103:10 - IsiZulu 2020

10 Akasiphathi njengokufanele izono zethu, akasivuzi njengokwamacala ethu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Akasiphathi njengokufanele izono zethu, akasivuzi njengokwamacala ethu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Akenzanga kithi njengokwezono zethu; futhi akasibuyiselanga njengokwamacala ethu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 103:10
8 Referans Kwoze  

“Emuva kokuba sezisehlele zonke lezo zinto ngenxa yezenzo zethu ezimbi, necala lethu elikhulu, kodwa Wena Nkulunkulu, awusijezisanga ngokufanele iziphambeko zethu, wabuye washiya insali efana nalena,


Uthando lwakhe lungunakaphakade, ububele bakhe abunamukhawulo.


Uma Wena Simakade ungaqaphela iziphambeko, Nkosi, ngubani ongema na?


Nokho ngomusa wakho omkhulu, awubabhubhisanga, futhi awubalahlanga, ngokuba unguNkulunkulu onesihawu nomusa.


akwazise izimfihlakalo zokuhlakanipha kwakhe, ngokuba ukuhlakanipha kwakhe kubanzi, ukuze wazi ukuthi uNkulunkulu uzokwenza ukhohlwe yingxenye yecala lakho, ukuze kube kuhle kuwe.


Simakade, ngizwile umbiko ngawe, ngiyawesaba Simakade umsebenzi wakho; uvuselele nakule minyaka, wenze ukuba waziwe kule minyaka, ukhumbule isihawu sakho nasolakeni.


Lo muntu bese ebheka abantu, athi: ‘Ngonile, ngahlanekezela okulungileyo, kodwa akwenzekanga kimi njengokufanele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite