Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 102:8 - IsiZulu 2020

8 Izitha zami zingethuka usuku lonke, abangihlambalazayo bayangiqalekisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Izitha zami ziyangithuka usuku lonke; abahlanya ngami bayangiqalekisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Izitha zami ziyangithuka usuku lonke; nabangithukuthelela bafunga ngami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 102:8
15 Referans Kwoze  

Emasinagogeni wonke, kukaningi ngibajezisa, ngibaphoqa ukuba bahlambalaze; ngibathukuthelele kakhulu, ngibahlupha kwaze kwaba semizini yabezizwe.”


Bekuzwa lokho, bahlabeka ezinhliziyweni, bamgedlela amazinyo.


Ngenxa yabo, bonke abathunjwa bakwaJuda abaseBhabhele bayakusebenzisa lesi siqalekiso, esithi: ‘USimakade makakwenze ukuba ube njengoZedekiya no-Ahabi, abosiwa emlilweni yinkosi yaseBhabhele,’


Niyakulishiya igama lenu, libe yisiqalekiso kwabakhethiweyo bami, iNkosi uSimakade iyonibulala, ibize izinceku zayo ngelinye igama.


ezisola ngalo izitha zakho, Simakade, ezisola ngalo ukuhamba kogcotshiweyo wakho.


Ukwethukwa kuyephulile inhliziyo yami, ngagula kakhulu, ngafisa ukuzwelwa, kodwa angitholanga baduduzi.


ngenxa yezwi lesitha, nangenxa yokucindezela komubi, bagingqela okubi phezu kwami, bangizingela bengithukuthelele.


Kungani abezizwe benza ugobe, nabantu beceba okuyize na?


ngokuba noKhristu akazithokozisanga Yena, kodwa njengokulotshiwe ukuthi: “Inhlamba yabakuthukayo yehlela phezu kwami.”


Bathukuthela bathelwa ngamanzi, bakhuluma bodwa bebonisana ukuthi bangamenzenjani uJesu.


Izitha zami zihambe zikhuluma okubi ngami, zithi: “Uzofa nini, igama lakhe lingabe lisaphathwa na?”


Ngininga ngezinsuku zasemandulo, ngikhumbula iminyaka yakudala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite