Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:51 - IsiZulu 2020

51 Kodwa kwakukhona umbhoshongo oqinile phakathi emzini, bonke abesilisa nabesifazane nazo zonke izakhamuzi zomuzi babalekela kuwo, bazivalela phakathi, base bekhuphukela ophahleni lombhoshongo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 Kepha phakathi komuzi wawukhona umbhoshongo oqinileyo; babalekela khona bonke abesilisa nabesifazane, nabo bonke abomuzi, bazivalela phakathi, benyukela ophahleni lombhoshongo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

51 Kodwa kwakukhona umbhoshongo oqinile phakathi komuzi, futhi babalekela lapho bonke abesilisa nabesifazane kanye nawo wonke umuzi, bawuvalela bona, bakhuphukela esiqongweni sombhoshongo.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:51
3 Referans Kwoze  

U-Abhimelekhi waya eThebhezi, wakanisa malungana neThebhezi, walidla.


U-Abhimelekhi wafika embhoshongweni, walwa nawo, wasondela emnyango wombhoshongo ukuze awushise.


Indlu yayigcwele abesilisa nabesifazane, nawo wonke amakhosi amaFilisti, ophahleni kwakunabesilisa nabesifazane ababecishe babe yizi-3 000, ababebukela uSamsoni edlala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite