Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:44 - IsiZulu 2020

44 U-Abhimelekhi neviyo elalinaye baphuthuma, bama esikhaleni sesango lomuzi, ngesikhathi amaviyo amabili ephuthume ukubulala bonke ababesendle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 U-Abimeleki nezigaba ezazinaye zadumela, zema esikhaleni sesango lomuzi; izigaba zombili zadumela bonke abasendle, zababulala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

44 U-Abimeleki nesixuku esasinaye bagijimela phambili, bema ekungeneni kwesango lomuzi; ezinye izixuku ezimbili zagijimela phezu kwabo bonke abantu ababesendle, zababulala.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:44
5 Referans Kwoze  

Kepha uma nilumana, ninephulana nodwa, qaphelani, funa niqedane.


kodwa uma kungenjalo, makuphume umlilo ku-Abhimelekhi, uqothule zonke izakhamuzi zaseShekhemi naseBhethi Milo, kuphume umlilo ezakhamuzini zaseShekhemi naseBhethi Milo ubhubhise u-Abhimelekhi.”


“Isihlahla sejikijolo saphendula sathi: ‘Uma ningibeka ngibe yinkosi yenu, wozani nizokhosela phansi komthunzi wami, uma kungenjalo, makuvele umlilo ejikijolweni, uqothule imisedari eLebhanoni.’


wathatha amabutho akhe wawehlukanisa amaviyo amathathu, walala unyendle endle. Kwathi lapho ebona abantu bephuma emzini, wavuka walwa nabo, wababulala.


U-Abhimelekhi walwa nomuzi lonke lolo lusuku; wawudla umuzi, wabulala abantu ababekuwo, wawushisa umuzi, wawufaza ngosawoti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite