Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:43 - IsiZulu 2020

43 wathatha amabutho akhe wawehlukanisa amaviyo amathathu, walala unyendle endle. Kwathi lapho ebona abantu bephuma emzini, wavuka walwa nabo, wababulala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Wathatha abantu, wabahlukanisela izigaba ezintathu, waqamekela endle; wabheka, nampa abantu bephuma emzini; wabavukela, wababulala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Wawathatha amadoda, wawahlukanisa aba izingxenye ezintathu, walala endle, wabheka, bheka, amadoda ephuma emzini; wabavukela wabahlula.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:43
4 Referans Kwoze  

Ngakusasa abantu baya endle. Lapho bembikela u-Abhimelekhi,


U-Abhimelekhi neviyo elalinaye baphuthuma, bama esikhaleni sesango lomuzi, ngesikhathi amaviyo amabili ephuthume ukubulala bonke ababesendle.


Ngakusasa uSawule wabahlela abantu wabamisa izigaba ezintathu. Bangena enkanjini yakwa-Amoni ekuthatheni kokusa, babulala abakwa-Amoni laze laphakama ilanga. Abasalayo basakazeka bagcwala iziganga, akusalanga kubo ababili bendawonye.


UDavide wabehlukanisa amaqembu amathathu: elokuqala laliphethwe nguJowabe, elesibili liholwa ngu-Abhishayi, indodana kaZeruya, umfowabo kaJowabe, elokugcina liphethwe ngu-Ithayi, umGithi. Inkosi yathi kubantu: “Nami impela ngizophuma nani.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite