Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:41 - IsiZulu 2020

41 U-Abhimelekhi wahlala e-Aruma, uZebhuli wamxosha uGali nezihlobo zakhe, ukuze bangaphinde bahlale eShekhemi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 U-Abimeleki wahlala e-Aruma; uZebule wamxosha uGali nabafowabo ukuba bangahlali eShekemi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

41 U-Abimeleki wahlala e-Aruma; uZebhule wamxosha uGali nabafowabo, ukuba bangahlali eShekemi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:41
4 Referans Kwoze  

Lapho uZebhuli, umbusi womuzi, ezwa amazwi kaGali, indodana ka-Ebhedi, wathukuthela wabila.


UGali, indodana ka-Ebhedi, wabuza wathi: “Ungubani u-Abhimelekhi, futhi singobani thina baseShekhemi ukuba singakhonza yena, na? Ayikaze yini indodana kaJerubhali noZebhuli, induna yakhe, bakhonze emadodaneni kaHarmori uyise kaShekhemi, na? Pho thina simkhonzelani, na?


U-Abhimelekhi wamxosha, wabaleka phambi kwakhe. Abaningi bawa belimele kwaze kwaba sekungeneni esangweni lomuzi.


Ngakusasa abantu baya endle. Lapho bembikela u-Abhimelekhi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite